Ngoba uNkulunkulu wa wu tanda unhlaba kangaka, ngangoba wa pa 
ngeNdodana yake ayizalayo e yodwa, ukuba bonke abakaolwa iyo ba 
nga bubi, ba be nokupila okumiyo njalo.